Ilanga News

Shows

UMawhoo uncome waphinde wabonga uMthandeni ngeGucci

UMawhoo uncome waphinde wabonga uMthandeni ngeGucci

UMZWILILI wakuleli uMawhoo uhalalisele waphinde wafisela uMthandeni SK okuhle kodwa ngomcimbi iMthandeni Summer Picnic obuseMdletsheni eMtuba abewenze ngempelasonto. UMawhoo obengelinye lamaciko anandise kulo mcimbi obe yimpumelelo ubabele enkundleni yakhe yokuxhumana...

Kayisasebenziseki inkundla ebisingethe umcimbi kaMakhadzi

Kayisasebenziseki inkundla ebisingethe umcimbi kaMakhadzi

UMASIPALA wasePolokwane usumemezele ukuthi ngeke isaba khona kulo yaka imidlalo yeBetway Premiership ePeter Mokaba Stadium, ngemuva kokuba le nkundla ilimale ngesikhathi kunomcibi womculi uMakhadzi ngempelasonto. Kule nkundla bekuhlelwe ukuba kugijinywe umdlalo...

Kubhuntshe umcimbi waminyaka yonke iDurban Jazz Festival

Kubhuntshe umcimbi waminyaka yonke iDurban Jazz Festival

KUBHUNTSHE umcimbi waminyaka yonke, iDurban Jazz Festival. Lo mcimbi bekumele ubanjelwe eNkosi Albert Luthuli International Convention Centre eThekwini kusasa ngomhla ka-26 kwephezulu. Abahleli balo mcimbi bamemezele ukuthi lo mcimbi ngeke usaqhubeka njengoba...

Bavaleke imilomo abebethi ngeke ambone noChris Brown

Bavaleke imilomo abebethi ngeke ambone noChris Brown

NONHLAKANIPHO SHINGA AMATHE abuyele kwasifuba kwabaningi ngesikhathi intokazi esencane yaseThekwini, uNaledi Aphiwe, kuvela ukuthi ihlanganile nomculi waphesheya kwezilwandle uChris Brown, obenekhonsathi yezinsuku ezimbili eGoli kule mpelasonto. UNaledi kusabalele...

Bahambe bengakathandi bebusiswa yiNkosi Yamagcokama ngamanoni

Bahambe bengakathandi bebusiswa yiNkosi Yamagcokama ngamanoni

MTHOBISI SITHOLEUBASHIYE bengawuvali umlomo abantu ePlayhouse Theatre eThekwini ngoMgqibelo ebusuku umculi kamaskandi uScebi "iNkosi Yamagcokama" Dlamini edidiyela bukhoma zonke izingoma zakhe ezingamanoni. Kulo mcimbi obizwa ngeNkosi Yamagcokama Live Concert, bekade...