Ilanga News
Home 9 Featured 9 IDA ihalalisele ukuqokwa kwePhini leMeya

IDA ihalalisele ukuqokwa kwePhini leMeya

by | 12 June 2026

IDEMOCRATIC Alliance ihalalisele ukuqokwa kwePhini leMeya yaseMhlathuze uMnu Muzi Mtshali. UMtshali iqokelwe kulesi sikhundla ebesiqhoqhobelwe uMnu Christo Botha osanda kudlula emhlabeni.

USihlalo waleli qembu KwaZulu Natal uMnu Sithembiso Ngema uthe bafisela uMtshali Okuhle kodwa kulesi sikhundla.

Uthe iDA izomeseka ekuqhubeni umsebenzi wakhe. Uqhube ngokuthi uMtshali ungena eIcathulweni zikaBotha osebenzele umphakathi waseMhlathuze Kwaze kwaba imihla yokuthi la kwakhe ifinyelela ekugcineni.

UNgema uphinde wadlulisa amazwi enduduzo emndenini kaBotha wakuveza nokuthi amagalelo akhe ayohlala ekhumbuleka.

Ezisematheni

Umkhuleko ubuyise ithemba ngokhetho kuNdunankulu wase-KZN

Umkhuleko ubuyise ithemba ngokhetho kuNdunankulu wase-KZN

UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnu Thamsanqa Ntuli uthe ukhiye okhethweni olunokuthula nolukhululekile, kuzoba ukukhula kwezombangazwe nokubekezelelana kumaqembu epolitiki. UNtuli ubekhuluma emkhulekweni, lapho  bekuthandazelwa  ukubulawa kosopolitiki...

Bazibophezele okhethweni olunokuthula KwaDukuza

Bazibophezele okhethweni olunokuthula KwaDukuza

AZIBOPHEZELE ukuqinisekisa ukhetho olungachemile futhi olunokuthula amaqembu azobanga izikhundla zobukhansela kuMasipala waKwaDukuza, okhethweni lohulumeni basekhaya olungoLwesithathu oluzayo lomhla ka-4 kuLwezi (November). Lokhu kwenziwe esigcawini...