Ilanga News
Home 9 Featured Main 9 Kubhekwe sethulwe ngelizayo isabelomali

Kubhekwe sethulwe ngelizayo isabelomali

by | 7 March 2025

KUBHEKWE ukuba uNgqongqoshe wezeMali uMnu Enoch Godongwana ayethulwe ngoLwesithathu inkulumo yesabelo-mali salo nyaka.

Lokhu kuza ngemuva kokuba ukwethulwa kwesabelo-mali kuhlehlisiwe ngenxa yokungavumelani kwamaqembu ngezinto ezithile, emasontweni amabili edlule. Kuthiwa uGodongwana wayezomemezela ukwenyuswa kwentela ekhokhwa uma uthenga (iVAT) ngo-2%.

Kuleli sonto iPhalamende libike ukuthi sekuvunyelwene ngebhajethi. Njengoba izwe libhekene nesimo esibi kwezomnotho, ubhekwe ngabomvu uGodongwana ukuthi yiziphi izinto azogxila kuzona, kanjalo nokuthi uhulumeni uzoyenyusa yini imali yezibonelelo.

Ezisematheni

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UMPHROFETHI osematheni kulezi zinsuku, uHamilton Qhoshangokwakhe (HQ) Nala, ngenxa yokuvela exabana namakhosikazi akhe ohlelweni lwethelevishini, uthi amathe azobuyela kwasifuba kwabaningi sekuvela amaqiniso. UNala ubekhuluma kuTiktok Live womelaphi wendabuko...

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

EMVA kwamasonto kunomjaho wesikhundla sozoba nguMengameli weSouth African Football Association (SAFA), obehleli kulesi sikhundla, uDanny Jordaan usephinde waqokwa kulesi sikhundla. Kulesi sikhundla uhlule isikhulu samaZulu FC, uSandile Zungu obesigaqele. UJordaan (75)...

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UBALULE ukubaluleka nokuhlonipha usiko lwesiZulu lokuhambisa umhlanga kwiSilo, uNdunankulu wakwaZulu-Natal, uMnu Thamsanqa Ntuli. UNtuli ukusho lokhu njengoba ehambele uMkhosi woMhlanga oqhubeka esigodlweni seSilo, eMashobeni ngoMgqibelo. Uncome izintombi eziyingxenye...