
UKHUZE abesifazane abamukela imvalamlomo yemali kwabesilisa abadlwengulwa izingane ngenhloso yokunyathelwa kwamacala okuhlukunyezwa kwezingane.
UNdunankulu wakwaZulu-Natal uMnu Thami Ntuli, ubekhuluma emgubhweni wosuku lwabesifazane kwaMashu eThekwini namhlanje ngoMgqibelo
Uthe abesifazane abenza lokhu, nabo banecala. Ubevuselela unembeza kwabesifazane ebatshela ngokubaluleka kwabo kuleli zwe.
mthobisis@ilanganews.co.za







