Ilanga News
Home 9 Featured 9 Kushone abane engozini yetekisi neloli elincane eMtubatuba

Kushone abane engozini yetekisi neloli elincane eMtubatuba

by | 27 July 2026

KUSHONE abantu abane kushayisana itekisi neloli elincane emgwaqweni owuthelawayeka uN2 eMtubatuba izolo ngeSonto ebusuku.

Ngokusho kwabeKwaZulu-Natal Road Traffic Inspectorate, abashonile ngabesifazane abathathu nowesilisa oyedwa.


“Okwamanje ayikaziwa imbangela yale ngozi. Iziphathimandla zisaphenya,” kusho uSindi Msimang, okhulumela iRTI.

Umnyango wezokuthutha esifundazweni uthi uNgqongqoshe wawo uMnu Siboniso Duma usejube amathimba ukwelekelela imindeni yezisulu zale ngozi.

Ezisematheni

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UMPHROFETHI osematheni kulezi zinsuku, uHamilton Qhoshangokwakhe (HQ) Nala, ngenxa yokuvela exabana namakhosikazi akhe ohlelweni lwethelevishini, uthi amathe azobuyela kwasifuba kwabaningi sekuvela amaqiniso. UNala ubekhuluma kuTiktok Live womelaphi wendabuko...

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

EMVA kwamasonto kunomjaho wesikhundla sozoba nguMengameli weSouth African Football Association (SAFA), obehleli kulesi sikhundla, uDanny Jordaan usephinde waqokwa kulesi sikhundla. Kulesi sikhundla uhlule isikhulu samaZulu FC, uSandile Zungu obesigaqele. UJordaan (75)...

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UBALULE ukubaluleka nokuhlonipha usiko lwesiZulu lokuhambisa umhlanga kwiSilo, uNdunankulu wakwaZulu-Natal, uMnu Thamsanqa Ntuli. UNtuli ukusho lokhu njengoba ehambele uMkhosi woMhlanga oqhubeka esigodlweni seSilo, eMashobeni ngoMgqibelo. Uncome izintombi eziyingxenye...