Ilanga News
Home 9 Featured 9 Kutholwe isidumbu eceleni komgwaqo

Kutholwe isidumbu eceleni komgwaqo

by | 18 March 2025

Kutholwe isidumbu sowesilisa efokozini eliseduze komgwaqo e-Oakford, eThekwini, namuhla ngoLwesibili.

Abenkampani ezimele yezokuvikela iReaction Unit SA bathi bathole ucingo luvela kumalungu omphakathi ngemuva kokubonakala kwalesi sidumbu okuthiwa besigcwele igazi.

Kuthiwa besinenxeba ekhanda. Bekungakaziwa ukuthi umufi ungubani nokuthi yini imbangela yokubulawa kwakhe.

Ezisematheni

Liboshiwe isoka ebelishaya intombi

Liboshiwe isoka ebelishaya intombi

SELISEZIKHINDINI isoka lentokazi eveze izithombe enkundleni yezokuxhumana ikhala ngokungatholi ubulungiswa. Amaphoyisa akwaSAPS eKZN akhiphe isitatimende ecacisa ngodaba lukaNkz Snenhlanhla Nenezana Mthembu ofake izithombe zakhe kanye nezesoka lakhe elimshayayo athi...

Uyaqhubeka umsindo ngokwenzeka eVenezuela

Uyaqhubeka umsindo ngokwenzeka eVenezuela

I-AFRICAN National Congress (ANC), ithi ngeke ithule uma kukhona izwe elihlukumeza abantu abangenacala. Lokhu kulandela umsindo osuswe ukugasela kweMelika eVenezuela, ngoMgqibelo, yathumba uMengameli wakhona uMnu Nicolas Maduri, nomkakhe. UNobhala we-ANC, uMnu Fikile...