Ilanga News
Home 9 Featured Main 9 Kwexwayiswa abantu njengoba likhipha umkhovu etsheni eKZN

Kwexwayiswa abantu njengoba likhipha umkhovu etsheni eKZN

by | 4 January 2025

.

ABESIMO sezulu iSouth African Weather Service, sebexwayise ngokushisa okuphezulu kakhulu ezifundazweni ezintathu kuleli namuhla ngoMgqibelo.

Baveza ukuthi amazinga okushisa osukwini lwanamhlanje azokuba phezulu KwaZulu-Natal, yize-Eastern Cape neWestern Cape azoba phezulu kakhulu. Ezingxenyeni eziningi amazinga okushisa acela ku-40°C.

Bakhuthaze abantu ukuba bangahlali kakhulu elangeni, futhi baphuze kakhulu namanzi.

Ezisematheni

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UMPHROFETHI osematheni kulezi zinsuku, uHamilton Qhoshangokwakhe (HQ) Nala, ngenxa yokuvela exabana namakhosikazi akhe ohlelweni lwethelevishini, uthi amathe azobuyela kwasifuba kwabaningi sekuvela amaqiniso. UNala ubekhuluma kuTiktok Live womelaphi wendabuko...

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

EMVA kwamasonto kunomjaho wesikhundla sozoba nguMengameli weSouth African Football Association (SAFA), obehleli kulesi sikhundla, uDanny Jordaan usephinde waqokwa kulesi sikhundla. Kulesi sikhundla uhlule isikhulu samaZulu FC, uSandile Zungu obesigaqele. UJordaan (75)...

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UBALULE ukubaluleka nokuhlonipha usiko lwesiZulu lokuhambisa umhlanga kwiSilo, uNdunankulu wakwaZulu-Natal, uMnu Thamsanqa Ntuli. UNtuli ukusho lokhu njengoba ehambele uMkhosi woMhlanga oqhubeka esigodlweni seSilo, eMashobeni ngoMgqibelo. Uncome izintombi eziyingxenye...