OSAZIWAYO abahlukene bafisele nabalandeli babo uKhisimusi omuhle. Baphinde bafaka nezithombe ezahlukene abazithathe nemindeni yabo noma ngabodwana bebungaza lolu suku.
Izithombe ngu: Facebook







OSAZIWAYO abahlukene bafisele nabalandeli babo uKhisimusi omuhle. Baphinde bafaka nezithombe ezahlukene abazithathe nemindeni yabo noma ngabodwana bebungaza lolu suku.
Izithombe ngu: Facebook







UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal uMfu Thulasizwe Buthelezi uvakashele ebandleni laseNazaretha eBuhleni eThekwini namhlanje eyobheka isimo njengoba lelibandla lehlelwe umshophi ngesonto eledlule kwabhidlika isakhiwo esilimaze abantu...
UKUZAMA yikulwisana nobugebengu nokuzama ukucija intsha, kwenze izinhlangano ezimbili ezingenzi nzuzo ukuba zihlanganyele nezikole ezahlukene ezakhele ilokishi KwaMashu, ngenhloso yokudodisa abafana. Lezi zinhlangano - iSigungu Sezinsizwa neSiyabadodisa - zihlele...
Isigungu sezindlu zobukhosini baseMathulini eMgababa esithangamini sabezindaba eThekwini. SEZIVEZE okusha izindlu zobukhosi baseMathulini eMgababa ngombango wobukhosi bakulesi sizwe emuva kokuba uhulumeni wemukele iNkosi uMazwendoda Luthuli ozalwa inkosi ekhothame...