Ilanga News
Home 9 Ezemidlalo 9 OweBafana ubona iMorocco njengezimfivilithi

OweBafana ubona iMorocco njengezimfivilithi

by | 22 December 2025

UMQEQESHI weBafana Bafana uHugo Broos ubona iMorocco okuyiyona esingethe umqhudelwano we-Africa Cup of Nations (Afcon) – oqale izolo ngeSonto – iyizimfivilithi ukukhala yemuke nalesi sicoco.

IMorocco iwuvule ngegiya eliphezulu lo mqhudelwano iguqisa ngo-2-0 iComoros koka-group A izolo ebusuku.

IBafana yona izovula lo mqhudelwano ne-Angola koka-group B namuhla ngoMsombuluko ngo-19h00.

“Uhlale usengozini uma uyimfivilithi kodwa bona ngibabona beyizona ukunqoba lo mqhudelwano.

Balikhuphule kakhulu izinga kunasemqhudelwaneni owedlule.

Kodwa-ke nathi sizolwa, kufanele senze isiqiniseko sokuthi sivula ngewini,” kusho uBroos.

Ezisematheni

I-IFP nezethembiso ezinhlanu kubavoti

I-IFP nezethembiso ezinhlanu kubavoti

INKATHA Freedom Party (IFP) inxuse abavoti ukuba bayethembe njengoba kuza ukhetho lohulumeni basekhaya oluzoba ngomhla ka-4 kuLwezi nonyaka. Ethula inkulumo emcimbini wokwethulwa komhlahlandlela wokhetho, uMengameli we-IFP, uMnu Velenkosini Hlabisa uthe zinhlanu...

‘Ubulawe wugesi’ evakashelwe yintombi

‘Ubulawe wugesi’ evakashelwe yintombi

ASABAMBE ongenzansi amalungu omphakathi wakwa-V, ezakhiweni eZimeleni, eMlazi, ngowesilisa okuthiwa ushokhwe wugesi washona belungiselela ukuyolala nentombi entsha, ethi ifike endlini yakhe izomqoma. Umndeni kamufi uMnu Philani Mkhungo (36), uthi usele nemibuzo...

Umlingisi ufisa abaphila nokhubazeka baqashwe ezinkampanini

Umlingisi ufisa abaphila nokhubazeka baqashwe ezinkampanini

UMLINGISI wakumabonakude uMenzi Nxumalo uthi kuningi okusadingeka ukuba kwenzelwe abantu abaphila nokukhubazeka ukuze nabo bazibone beyingxenye yomphakathi. Enhlangnweni ayisungulile engenzinzuzo iNokusa Support for Disabled People uthi ibhekela izidingo iphinde futhi...