Ilanga News
Home 9 Ezemidlalo 9 UGlenrose wenze adume ngazo kwi-ASA Senior Track and Field Champs

UGlenrose wenze adume ngazo kwi-ASA Senior Track and Field Champs

by | 24 April 2025


UGLENROSE Xaba odle umhlanganiso kwi-5000m emidlalweni ye-Athletics South Africa (ASA) Senior Track and Field Championships eNorth West. Unqobe lo mjaho ngesikhathi esiwu-15:27.

Ekhuluma nabezindaba uthe uzoyogijima iTrack phesheya kwezilwandle ukuzama ukufeza iphupho lakhe lokumela iNingizimu Afrika emidlalweni yeWorld Athletics Championships azokuba ngoSeptember eJapan.

Ukuze akwazi ukuya kulo mqhudelwano kwi-5000m kufanele aqophe isikhathi esiwu-14:52.

Ezisematheni

Ungafa nokufa uma udembesela ukuphuza amanzi

Ungafa nokufa uma udembesela ukuphuza amanzi

LETHWESE ihlobo! Seliqalile ukukhipha umkhovu etsheni ezindaweni eziningi. Namuhla kule ngosi sizobheka ubungozi bokungabi nawo amanzi enele emzimbeni (dehydration), okuyinto evama kakhulu esikhathini sasehlobo ngenxa yokushisa. Ngokwendalo, ongoti bathi uma ingane...

Isawuphonsa umbalane iNkosi uShinga

Isawuphonsa umbalane iNkosi uShinga

IYELULAMA iNkosi uSifiso kaBhekamadoda Shinga (esesithombeni), enguSihlalo weNdlu yabaHoli boMdabu, KwaZulu-Natal. INkosi uShinga yaba sengozini yemoto ngomhla ka-24 kuNhlangulana (June), ngasesikhumulweni sezindiza esidala, eThekwini. Umshayeli wemoto, owayeshayelela...

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UMPHROFETHI osematheni kulezi zinsuku, uHamilton Qhoshangokwakhe (HQ) Nala, ngenxa yokuvela exabana namakhosikazi akhe ohlelweni lwethelevishini, uthi amathe azobuyela kwasifuba kwabaningi sekuvela amaqiniso. UNala ubekhuluma kuTiktok Live womelaphi wendabuko...