Ilanga News
Home 9 Izindaba 9 Umehlokaboni ka-350000 konolwazi ngamaphoyisa anyamalele

Umehlokaboni ka-350000 konolwazi ngamaphoyisa anyamalele

by | 28 April 2025


SEKUKHISHWE umehlokaboni ka-R350 000 ozotholwa ngumuntu ozoza nomkhondo ngamaphoyisa amathathu asemancane anyamalele.

Ngokusho kwesitatimende samaphoyisa, oConstable uLinda Cebekhulu (24), uBoipelo Senoge (20) noKeamogetswe Buys (24), bebesuka eFree State belibangise eLimpopo lapho besebenzela khona.

“Bagcine ukubonakala egalaji lakwa-Engine, eduze naseGrasmere Toll Plaza, emgwaqweni uN1 ngoLwesithathu lomhla ka-23 kuMbasa (April) on the N1 on Wednesday, April 23 ,” kusho isitatimende esikhishwe nguBrig Athlende Mathe okhulumela amaphoyisa kuzwelonke.

Amaphoyisa aphenya ngezinsolo zokubanjwa inkunzi nokuthunjwa kwamalungu awo.

Ezisematheni

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UMPHROFETHI osematheni kulezi zinsuku, uHamilton Qhoshangokwakhe (HQ) Nala, ngenxa yokuvela exabana namakhosikazi akhe ohlelweni lwethelevishini, uthi amathe azobuyela kwasifuba kwabaningi sekuvela amaqiniso. UNala ubekhuluma kuTiktok Live womelaphi wendabuko...

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

EMVA kwamasonto kunomjaho wesikhundla sozoba nguMengameli weSouth African Football Association (SAFA), obehleli kulesi sikhundla, uDanny Jordaan usephinde waqokwa kulesi sikhundla. Kulesi sikhundla uhlule isikhulu samaZulu FC, uSandile Zungu obesigaqele. UJordaan (75)...

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UBALULE ukubaluleka nokuhlonipha usiko lwesiZulu lokuhambisa umhlanga kwiSilo, uNdunankulu wakwaZulu-Natal, uMnu Thamsanqa Ntuli. UNtuli ukusho lokhu njengoba ehambele uMkhosi woMhlanga oqhubeka esigodlweni seSilo, eMashobeni ngoMgqibelo. Uncome izintombi eziyingxenye...