Ilanga News
Home 9 Featured 9 Umhlangano wamakhosi ngeNgonyama Trust

Umhlangano wamakhosi ngeNgonyama Trust

by | 8 January 2025

IYAQONGA indaba yesikhwama Ingonyama Trust Board njengoba isingenelwa amakhosi uqobo.

ILANGA lizithele phezu kwenye yamakhosi eThekwini yalitshela ukuthi amakhosi asethathe isinqumo sokuzozidingidela mathupha indaba yalesi sikhwama.

Uveze ukuthi lo mhlangano uzohlanganisa inqwaba yamakhosi akulesi sifundazwe.

Usihlalo wamakhosi esifundazweni iNkosi Sifiso Shinga ukuqinisekisile ukuthi ukhona umhlangano wamakhosi kodwa wanganda kakhulu mayelana nalo mhlangano.

Ezisematheni

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UBALULE ukubaluleka nokuhlonipha usiko lwesiZulu lokuhambisa umhlanga kwiSilo, uNdunankulu wakwaZulu-Natal, uMnu Thamsanqa Ntuli. UNtuli ukusho lokhu njengoba ehambele uMkhosi woMhlanga oqhubeka esigodlweni seSilo, eMashobeni ngoMgqibelo. Uncome izintombi eziyingxenye...

Inanda isazihola kwawokudlwengula neCator Manor kwawokubulala

Inanda isazihola kwawokudlwengula neCator Manor kwawokubulala

UKHOMISHANA wamaPhoyisa obambile kwaZulu-Natal, uMajor General Phumelele Makhoba udalule ukuthi zehlile izibalo zokubulawa kwabantu esifundazweni, kodwa kunyuke ezamacala okushayana  kwabo. Uthe yize izibalo zokubulawa kwabantu zehlile kodwa basakhathazwa...

UNdunankulu ubengazi ngabokufika abahlala emgwaqweni uChe Guevara

UNdunankulu ubengazi ngabokufika abahlala emgwaqweni uChe Guevara

UYAZIHLANGULA uNdunankulu waKwaZulu-Natal, uMnu Thamsanqa Ntuli, ukuthi ubenolwazi ngabantu bokufika eNingizimu Afrika asebehlale ngaphambi kwamahhovisi oMnyango wezaseKhaya emgwaqweni uChe Guevara eThekwini izinyanga ezine. UNtuli ubeyohlola ngala bantu asebakhe...