Ilanga News
Home 9 Uncategorized 9 Ziyaqonga izinkinga zeNgonyama Trust

Ziyaqonga izinkinga zeNgonyama Trust

by | 10 January 2025

ZIYAQONGA izinkinga zesikhwama Ingonyama Trust njengoba namuhla (ngoLwesihlanu) silaxazwe ngelinye lamalungu ebhodi laso, iNkosi uMabhudu Tembe.

ILANGA lithole incwadi evela eNdlunkulu kaZulu eqinisekisa ukuthi inkosi yesulile esikhundleni sayo. Ikhuluma neLANGA iNkosi uMabhudu ikuqinisekile lokhu.

“Kuyiqiniso ukuthi ngesulile ngenxa yezizathu zami. Ngicele ukuphumula nje kuphela, akukho okwedlula lokho,” kusho iNkosi ngamafuphi.

Ezisematheni

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UMPHROFETHI osematheni kulezi zinsuku, uHamilton Qhoshangokwakhe (HQ) Nala, ngenxa yokuvela exabana namakhosikazi akhe ohlelweni lwethelevishini, uthi amathe azobuyela kwasifuba kwabaningi sekuvela amaqiniso. UNala ubekhuluma kuTiktok Live womelaphi wendabuko...

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

EMVA kwamasonto kunomjaho wesikhundla sozoba nguMengameli weSouth African Football Association (SAFA), obehleli kulesi sikhundla, uDanny Jordaan usephinde waqokwa kulesi sikhundla. Kulesi sikhundla uhlule isikhulu samaZulu FC, uSandile Zungu obesigaqele. UJordaan (75)...

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UBALULE ukubaluleka nokuhlonipha usiko lwesiZulu lokuhambisa umhlanga kwiSilo, uNdunankulu wakwaZulu-Natal, uMnu Thamsanqa Ntuli. UNtuli ukusho lokhu njengoba ehambele uMkhosi woMhlanga oqhubeka esigodlweni seSilo, eMashobeni ngoMgqibelo. Uncome izintombi eziyingxenye...