Ilanga News

Ezemali

Igabe ngobuchwepheshe be-AI i-Honor 400/400 Pro

Igabe ngobuchwepheshe be-AI i-Honor 400/400 Pro

UGABE ngobuchwepheshe besimanje manje umakhalekhukhwini wohlobo lweHonor 400/ 400 Pro owethulwe ngokusemthethweni ngoLwesine eKyalami eGoli. Umcimbi wokwethulwa kwalo makhalekhukhwini ubuhanjelwe ngosaziwayo nabezemidlalo abahlukene. Isikhulu esiphezulu se-Honor South...

Sibi isimo sokuphathwa kwemali komasipala

Sibi isimo sokuphathwa kwemali komasipala

KUBIKWA ukuthi iya ngokujula inkinga yesimo sokuphathwa kwemali kanye nendlela yokuphatha jikelele komasipala.Lokhu kushiwo nguSihlalo weKomidi eliqondene nezokuBusa ngokuBambisana, noBuholi boMdabu ePhalamende, uDkt Zweli Mkhize.Uthi umbiko wakamuva wocwaningo...

Ucwaningo luveza ukuthi iB-BBEE ikhinyabeza umnotho wezwe

Ucwaningo luveza ukuthi iB-BBEE ikhinyabeza umnotho wezwe

KUBIKWA ukuthi iB-BBEE (Broad-Based Black Economic Empowernment) isiwukhinyabeze kakhulu umnotho waseNingizimu Afrika kusukela yethulwa. Ngonyaka kubikwa ukuthi leli lizwe lilahlekelwa yisamba esingafinyelela ku-R290 billion ngenxa yeB-BBEE, okuyisamba esilingaba...

IPhalamende lamukele iziphakamiso zebhajethi kaGodongwana

IPhalamende lamukele iziphakamiso zebhajethi kaGodongwana

ZIPHASISIWE ePhalamende ngoLwesithathu iziphakamiso ezihambisana nesabelomali sanonyaka esethulwe nguMnu Enoch Godongwana onguNgqongqoshe wezeMali, ngomhla ka-21 ngoMeyi. Kulezo ziphakamiso ezikulesi sabelomali, kukhona nendaba yokwenyuswa kwentela yemikhiqizo...

Kukhuthazwe intsha ngokwenza umehluko eMzansi

Kukhuthazwe intsha ngokwenza umehluko eMzansi

KUKHUTHAZWE intsha eqhamuka ezikhungweni ezahlukene zama-TVET College aKwaZulu Natal ukuthi abe yingxenye yomkhankaso wakwaBrand SA obizwa ngePlay Your Part. Amanxusa alo mkhankaso ahlangane eThe Station ngoLwesine ngenhloso yokuzokhuthazwa nokukhangisa ngamabhizinisi...