Ilanga News

Ezemali

UGodongwana akayincunzanga impesheni yezalukazi

UGodongwana akayincunzanga impesheni yezalukazi

AKUNAZINGUQUKO ezitheni ezenziwe kwisabeLo sezibonelelo zikahulumeni.Kwisabelomali asethule ngoLwesithathu uMnu Enoch Godongwana onguNgqongqoshe wezeMali, umemezele ukuthi umholo wezalukazi uzoqhubeka ngendlela ekwakumenyezelwe ngoNdasa (March) ukuthi wenyuka ngayo...

Akwaziwa mbhantshi kujiya ngokuzokwenzeka ngenzalo yemalimboleko

Akwaziwa mbhantshi kujiya ngokuzokwenzeka ngenzalo yemalimboleko

KUBANJWE umoya ngesinqumo esizomenyezelwa yiSouth African Reserve Bank (SARB) mayelana noguquko oluzokwenzeka kwinzalo yemalimboleko kule nyanga. Akwaziwa ukuthi izokwenyuswa noma izokwehliswa, okanye ngeke kwenziwe guquko kwizinga ekulo njengamanje inzalo...

Ithala liqinisekisa ukuphepha kwemali

Ithala liqinisekisa ukuphepha kwemali

ISIKHULU esiphezulu seThala SOC Limited, uDkt Thulani Vilakazi, uthembisa amakhasimende ebhange Ithala ukuthi imali yawo isavikelekile eThala. "…ikhona, asikaze siyenze lutho. Ihleli," kusho uDkt Vilazi. Uqhube wathembisa ukuthi bazama ngayo yonke indlela ukulungisa...

Ithemba ngamathuba emisebenzi ngehhotela elizovulwa KwaDukuza

Ithemba ngamathuba emisebenzi ngehhotela elizovulwa KwaDukuza

IVULWE ngokwethulwa kwendawo yokungcebeleka ezoba sezingeni i-Africa Travel Indaba eqale ngoLwesibili ngesidlo sasekuseni esihlelwe i-KZN Tourism and Film Authority ehhotela elisanda kukhuza ibuya iHilton Hotel eThekwini. Le ngqungquthela enkulu yezokuvakasha iheha...

Ubuchwepheshe bumqoka ekuvuseleleni umsebenzi kahulumeni

Ubuchwepheshe bumqoka ekuvuseleleni umsebenzi kahulumeni

EZOMNOTHO: BUSI MAVUSO LABO bethu abasemabhizinisini bayazi ukuthi ubuchwepheshe bumqoka kanjani ukuze uncintisane kahle nobanga nabo. Ngaphandle kwakho ngeke ukwazi ukunika amakhasimende akufunayo. Kunjalo nje nasekusebenzeni kahle kukahulumeni. Ubuchwepheshe benza...