Ilanga News

Ezemidlalo

Ubonga uNkulunkulu ngezimanga azigila kwi-Orlando Pirates

Ubonga uNkulunkulu ngezimanga azigila kwi-Orlando Pirates

UBONGA uNkulunkulu ngokwenzeka empilweni yakhe uKamogelo Sebelebele, ongumdlali we-Orlando Pirates ogila izimanga kule kilabhu ekubeni esanda kufika kuyona. IBucs ingene okwesine amasizini elandelana kowamanqamu weMTN8, iguqisa iMamelodi Sundowns ngo-4-1 wamaphenathi...

Zingagcwala udaka noma yinini kuJose Riveiro eGibhithe

Zingagcwala udaka noma yinini kuJose Riveiro eGibhithe

IYASHISA insimbi kuJose Riveiro eGibhithe njengoba kuvela ezithi i-Al Ahly inkankanya ukumkhomba indlela kungakapheli sikhathi singakanani efikile kule kilabhu ayijoyine esuka kwi-Orlando Pirates. Ngokwemithombo yezindaba yakuleliya lizwe, izinyawo zingagcwala udaka...

Sikhulu isililo ngoTendai Ndoro

Sikhulu isililo ngoTendai Ndoro

SIKHULU isililo endimeni kanobhutshuzwayo ngokudlula emhlabeni kukaTendai Ndoro (40), wodumo kwi-Orlando Pirates, iHighlands Park ne-Ajax Cape Town. Lo mgadli udlule emhlabeni izolo ngoMsombuluko, kanti ibingakaziwa imbangela yokufa kwakhe. Kubikwa ukuthi utholakale...

Usekuphindile lokho umnikazi weChippa

Usekuphindile lokho umnikazi weChippa

INTATHELI YELANGA USEPHINDE adume ngakho uSiviwe "Chippa" Mpengesi ongumnikazi weChippa United, njengoba kuvela ukuthi usekhombe indlela uSinethemba Badela obecija le kilabhu.  Kuthiwa uMusa Nyatama olandwe ukuyoba ngumsizi kaBadela, nguyena ojimisa iChippa njengoba...

Kufezeke iphupho likayise ejoyina iziMpofana

Kufezeke iphupho likayise ejoyina iziMpofana

SENZO SOKHELA UTHI kufezeke iphupho likayise ngokujoyina kwakhe iKaizer Chiefs uSiphesihle "Mbesuma" Ndlovu (28) odlala esiswini kule kilabhu. UNdlovu ujoyine iChiefs ekuqaleni kwale sizini, esuka kwiSuperSport United edayisiwe njengoba isiyiSiwelele FC. Lo mdlali...

Uhluleka nawukuchaza umuzwa omfikele ejoyina iChiefs

Uhluleka nawukuchaza umuzwa omfikele ejoyina iChiefs

INTATHELI YELANGA UHLULEKA nawukuchaza umuzwa omfikele ngesikhathi ethola izindaba zokuthi ujoyina iKaizer Chiefs u-Asanele Velebayi (22), ophawule okokuqala emuva kokusayina kule kilabhu eyiqale kahle isizini entsha ka-2025/26. IChiefs ivule imidlalo yeligi...