USEXOLISILE kubalandeli bebhola likanobhutshuzwayo eNingizimu Afrika uSinesipho Mali owazwakala kwenye yama-video ethi abantu mabakhulume kodwa bona benza umsebenzi. Le video eyavela ngemuva kokuqopheka komlando iBafana Bafana ishaya iSouth Korea idlulela esigabeni...







