Ilanga News

Ezikamabonakude/umculo

Akazisoli ngefilimu emshiye nezikweletu

Akazisoli ngefilimu emshiye nezikweletu

AKAZISOLI ngegxathu alithathile, elimshiye nezikweletu, umbhali wemidlalo kamabonakude uChris Q Radebe lokuzibhalela, azikhiqizele imidlalo kamabonakude namafilimu akhe ngokuzimela. UChris osebhalae inqwaba yemidlalo kamabonakude okubalwa kuyo Isibaya, Uzalo, Isifiso,...

UMseleku uyazihlangula kwabamfanisa noJonas

UMseleku uyazihlangula kwabamfanisa noJonas

UYAZIHLANGULA kwabamfanisa noJonas womdlalo iThe Polygamist edlala kwiNetflix, uMusa Mseleku wodumo lohlelo lukamabonakude Uthando Nesthembu. Lo mdlalo onedumela, uqale ukukhonjiswa ngoLwesihlanu olwedlule. Kusukela uqalile ukukhonjiswa, abantu kabawuvali umlomo...

Unyelwe inyoni umlingisi othole ephambili kowoMzansi Magic

Unyelwe inyoni umlingisi othole ephambili kowoMzansi Magic

UBONGA umusa kaNkulunkulu uVuyo Biyela ngokuthola indawo ephambili emdlalweni omusha owuchungechunge ozokhonjiswa kuMzansi Magic Channel 161 kusukela ngomhla ka-1 kuNhlangulana obizwa ngokuthi KwaBaba. UVuyo ozakhele udumo emidlalweni eyahlukene kumabonakude okubalwa...

ULondie uzokweneka konke ngempilo yakhe ohlelweni lukamabonakude

ULondie uzokweneka konke ngempilo yakhe ohlelweni lukamabonakude

ABABUKELI bezinhlelo zakumabonakude bazothola ithuba eliyingqayizivele lokwazi ngempilo yangasese kaLondiwe Siphiwokuhle Zulu, owaziwa ngelikaLondie London, ohlelweni olungempilo yakhe kusukela ngoLwesine, mhla ka-21 kuNhlaba (May) ngo-8 ebusuku kuMzansi Magic (DStv...

Igabe ngabanohlonze ifilimu yokuqala yeMovie Room

Igabe ngabanohlonze ifilimu yokuqala yeMovie Room

IGABE ngabalingisi abanohlonze ifilimu yokuqala ekhiqizwe isiteshi sikamabonakude esesizakhele udumo ngokudlala amafilimu aphesheya ngolimi lwesiZulu iMovie Room etholakala kwiDStv Channel 113. I-Movie Room isiteshi sikamabonakude esesizakhele udumo ngokudlala...