Ilanga News

Shows

Kuzodliwa ukotini emcimbini kaVusi Nova

Kuzodliwa ukotini emcimbini kaVusi Nova

ISILOMO somculi uVusi Nova sizobe senza ezibukwayo emcimbini waso ozobe use-Emperors Palace, eGoli mhla ka 1 May ozobe ubophele nangezinye izihlabani okubalwa kuzo uKelly Khumalo, uNathi Mankayi, uZuko SA, uKwanda ne-047. Echaza ngalo mcimbi uVusi Nova uthe inhloso...

Uzohlonishwa ngamahora ayisipesheli owayengumsakazi woKhozi FM

Uzohlonishwa ngamahora ayisipesheli owayengumsakazi woKhozi FM

UZOHLONISHWA ngamahora amabili ayisipesheli owabe engumsakazi woKhozi FM u-Irvin Sihlophe emcimbini walo nyaka wePhasika obizwa ngokuthi Uvukile Gospel Festival ozoba ngomhla ka-20 ku-April eSport and Leisure eGamalakhe. Lo mcimbi owenzeka minyaka yonke uSihlophe...

UMawhoo uncome waphinde wabonga uMthandeni ngeGucci

UMawhoo uncome waphinde wabonga uMthandeni ngeGucci

UMZWILILI wakuleli uMawhoo uhalalisele waphinde wafisela uMthandeni SK okuhle kodwa ngomcimbi iMthandeni Summer Picnic obuseMdletsheni eMtuba abewenze ngempelasonto. UMawhoo obengelinye lamaciko anandise kulo mcimbi obe yimpumelelo ubabele enkundleni yakhe yokuxhumana...

Kayisasebenziseki inkundla ebisingethe umcimbi kaMakhadzi

Kayisasebenziseki inkundla ebisingethe umcimbi kaMakhadzi

UMASIPALA wasePolokwane usumemezele ukuthi ngeke isaba khona kulo yaka imidlalo yeBetway Premiership ePeter Mokaba Stadium, ngemuva kokuba le nkundla ilimale ngesikhathi kunomcibi womculi uMakhadzi ngempelasonto. Kule nkundla bekuhlelwe ukuba kugijinywe umdlalo...