Ilanga News
Home 9 Ezikaqedisizungu 9 Ezikamabonakude/umculo 9 Kushone indodakazi yomlingisi wodumo

Kushone indodakazi yomlingisi wodumo

by | 25 January 2025

SEKUDLULE emhlabeni indodakazi kamlingisi ongaconsikubalandeli bakhe uManaka Ranaka, uKatlego. UManaka ubhale ezinkundleni zokuxhumana ngokudlula enhlabeni kwendodakazi yakhe yokuqala wangaveza ukuthi kwenzskeni. Osaziwayi ababingi badluluse amazwi enduduzo kulo mlingidi abaningi abamazi ngoLucy, nokuyindawo abeyidlala kwuGenerations: The Legacy.

Ezisematheni

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UNala uthi ubeselala nabokufika umkakhe

UMPHROFETHI osematheni kulezi zinsuku, uHamilton Qhoshangokwakhe (HQ) Nala, ngenxa yokuvela exabana namakhosikazi akhe ohlelweni lwethelevishini, uthi amathe azobuyela kwasifuba kwabaningi sekuvela amaqiniso. UNala ubekhuluma kuTiktok Live womelaphi wendabuko...

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

UJordaan ubuyele kweseSAFA ‘kukubi’

EMVA kwamasonto kunomjaho wesikhundla sozoba nguMengameli weSouth African Football Association (SAFA), obehleli kulesi sikhundla, uDanny Jordaan usephinde waqokwa kulesi sikhundla. Kulesi sikhundla uhlule isikhulu samaZulu FC, uSandile Zungu obesigaqele. UJordaan (75)...

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UNdunankulu ugqugquzele ukuhlonishwa kwamatshitshi emhlangeni

UBALULE ukubaluleka nokuhlonipha usiko lwesiZulu lokuhambisa umhlanga kwiSilo, uNdunankulu wakwaZulu-Natal, uMnu Thamsanqa Ntuli. UNtuli ukusho lokhu njengoba ehambele uMkhosi woMhlanga oqhubeka esigodlweni seSilo, eMashobeni ngoMgqibelo. Uncome izintombi eziyingxenye...