Ilanga News

Ezokungcebeleka

Bacikwe wukuxoshiswa okwamavukane aboKhozi FM

Bacikwe wukuxoshiswa okwamavukane aboKhozi FM

BASIKA iphethini kuRomeo Khumalo owayengumphathi-siteshi weMetro FM, abaphathi abasha boKhozi FM, abasembhidlangweni wokushintsha indlela yokusebenza kulo msakazo wakwaSABC. ILANGA lithole ukuthi isimo simanzonzo kulesi siteshi, kulandela ukutshelwa kwabasakazi...

Qhela kubantu uma unophenyane

Qhela kubantu uma unophenyane

UPHENYANE (pink eye), yisifo esiwubuhlungu obuzwa emehlweni. Kuyansonsotha, kubesengathi uthelwe ngenhlabathi emehlweni. Uma amehlo esensonsotha, kuba sengathi ungawacikica.  Amehlo, aphenduka abe bomvu, akhiqize izimbici, futhi akhathale. Uphenyane, ludalwa...

Umlando wokukhula ngesivinini iGagasi FM ligubha ewu-20

Umlando wokukhula ngesivinini iGagasi FM ligubha ewu-20

UQHAKAMBISE umlando wokukhula ngesivinini kweGagasi FM ngesikhathi esingangonyaka uKhulekani Shandu oyisikhulu salo msakazo ngesikhathi ugubha iminyaka ewu- 20 wasungulwa ngoLwesihlanu eCornubia. Lo msakazo ugubhe le minyaka ezindlini zawo eCornubia lapho...

Uzakhele abaculi bakhe esebenzisa i-AI

Uzakhele abaculi bakhe esebenzisa i-AI

USEBENZISA ezobuchwepheshe besimanje ngendlela eyehlukile uBright Gigaba owaziwa ngelikaMr Bree ZN emculweni kulandela ukuzikhiqizela abaculi bakhe esebenzisa uhlelo lwe-AI. UMr Bree ZN odabuka eNewlands West uqhamuke nendlela ehlukile yokukhiqiza umculo kuleli...

I-Sars iqinisa amatomu kosaziwayo ‘abakweletayo’

I-Sars iqinisa amatomu kosaziwayo ‘abakweletayo’

NGUBONANG MAtheba ISIKHUNGO esiqoqa intela eNingizimu Afrika, iSouth African Revenue Service, sesiqalile ukuqinisa amatomu kosaziwayo abasikweletayo. Ngokubika kweTimesLive, lokhu kulandela ukuthi lesi sikhungo sikhiphele usaziwayo uBonang Matheba incwadi...

IGagasi FM likhuthaza abeselisa

IGagasi FM likhuthaza abeselisa

UMSAKAZO ozinze KwaZulu Natal iGagasi FM uzibophezele ekukhuthazeni abantu besilisa esikhathini lapho bebhekene khona nezingqinamba ezahlukene zempilo. Esikhathini lapho ziningi izinselelo ezibhekene nabantu besilisa emphakathini nasemindenini yabo, lo msakazo...