IKHULUNYELWA phansi eyokugcotshelwa kwesokuba ngumfundisi kwenkakha yezokusakaza uLinda “Mr Magic” Sibiya osanda kujoyina iGagasi FM, lapho eshayela khona izinhlelo zenkolo. UMr Magic owazakhela udumo esakaza oKhozini FM, ujoyine iGagasi kulo nyaka ngemuva kweminyaka...







